Loading...
Larger font
Smaller font
Copy
Print
Contents
Ithemba Elikhulu - Contents
  • Results
  • Related
  • Featured
No results found for: "".
  • Weighted Relevancy
  • Content Sequence
  • Relevancy
  • Earliest First
  • Latest First
    Larger font
    Smaller font
    Copy
    Print
    Contents

    Ukuphepha KuJesu

    Singathola isiphephello nokukhululwa emandleni amakhulu oMsindisi wethu. Siyazivikela izindlu zethu ngemishudo nezihluthulelo ukuze kuphephe impahla yethu nezimpilo zethu ebantwini ababi, kodwa akuvamile ukuthi sicabange ngezingelosi ezimbi esingenamandla okuzivikela ekuhlaselweni yizo. Uma zivunyelwa, zingazulisa izingqondo zethu, zihlukumeze imizimba yethu, zishabalalise impahla yethu nemizimba yethu. Kodwa labo abalandela uKristu baphephile ngaphansi kweso laKhe elibukhali. Izingelosi ezinamandla amakhulu ziyathunywa ukuba zibavikele. Omubi akakwazi ukugqobhoza isivikelo uNkulunkulu avikele ngaso abantu baKhe.IE 28.1

    Larger font
    Smaller font
    Copy
    Print
    Contents