Loading...
Larger font
Smaller font
Copy
Print
Contents
Ithemba Elikhulu - Contents
  • Results
  • Related
  • Featured
No results found for: "".
  • Weighted Relevancy
  • Content Sequence
  • Relevancy
  • Earliest First
  • Latest First
    Larger font
    Smaller font
    Copy
    Print
    Contents

    Isahluko 2—Ithemba Lokunqoba Ububi

    Ngizakubeka ubutha phakathi kwakho nowesifazane, naphakathi kwenzalo yakho nenzalo yakhe. Yona iyakuchoboza ikhanda lakho, wena uyakulimaza isithende sayo.” Genesise 3:15. Lobu butha akubona obemvelo. Mhla umuntu eqa umthetho kaNkulunkulu, imvelo yakhe kwaba eyobubi, ngokuka Sathane. Izingelosi eziwile zahlangana nabantu ababi ngozungu. Ukuba uNkulunkulu wayengangenelanga, uSathane nomuntu ngabe bahlangana ngokumelana nezulu, naso sonke isizwe sabantu ngabe sahlangana saphikisana noNkulunkulu.IE 18.1

    Kwathi uma uSathane ezwa ukuthi kuzokuba khona ubutha phakathi kwakhe nowesifazane, naphakathi kwembewu yakhe neyowesifazane, wabona ukuthi ngandlela-thile umuntu uzophiwa amandla okumelana nawakhe.IE 18.2

    Larger font
    Smaller font
    Copy
    Print
    Contents